Skip to content
الإسلام دين رسل الله

الإسلام دين رسل الله

I-Islam inkolo yeziThunywa zika-Allah. I-Islam ukuzinikela ku-Allah, uMdali wendalo yonke noMbusi wayo, nokumthobela ngothando nangenhlonipho. Isisekelo se-Islam ukukholelwa ku-Allah; ukuthi unguMdali, nokuthi konke ngaphandle kwaKhe kuyindalo, futhi nguYena kuphela ofanele ukukhonzwa Angabhangqwa nalutho. Akekho ofanele ukukhonzwa ngeqiniso ngaphandle kwaKhe. UnamaGama amahle kakhulu neziMfanelo eziphakeme kakhulu, futhi Uphelele Akanasici. Akazali futhi Akazalwanga, futhi akekho olingana naYe nofana naYe. Akangeni endalweni yaKhe futhi Akasithathi isimo sayo. I-Islam iyinkolo ka-Allah…

Language: lang_zu
Prepared by:
Version: 2.0
Download PDF 175 KB

This PDF is generated automatically from the book's text; its layout may differ from the printed edition.

0%
Font size